Back to Languages
Zulu - Chapter 97
Translation by Iqembu Lezifundiswa, Mussa Muhammad Telela , Uthman Mfanafuthi Msomi, Moulana Abdur Rahman Chilipa, Haji Ibrahim Mondli Japhet Mthembu, Moulana Imran Ngcobo, Moulana Eshaaq Osman
Verse 1
Ngempela sayethumela phansi (iQur’an) ngobusuku obunqunyiwe
Verse 2
Futhi yini ekwenza wazi ukuthi yini ubusuku obunqunyiwe
Verse 3
Ubusuku obunamandla bungcono kunezinyanga eziyinkulungwane
Verse 4
Izingelosi kanye nomoya (uGabriyeli) zehlika ngabo (ubusuku obunamandla) ngemvume yeNKosi yazo nalolonke udaba
Verse 5
Ukuthula yikona! Kuze kube ukuphakama kokusa